Greetings Flashcards
1-1 Khona
Sawubona!
Yebo, sawubona?
Unjani?
Ngikhona. Wena unjani?
Nami ngikhona.
1-1 Saphila
Sawubona!
Yebo, sawubona?
Usaphila na?
Yebo, ngisaphila. Wena usaphila, na?
Yebo, nami ngisaphila.
1-many Khona
San’bonani!
Yebo, sawubona.
Ninjani?
Sikhona. Wena unjani?
Nami ngikhona.
1-many Saphila
San’bonai!
Yebo, sawubona.
Nisaphila, na?
Yebo, sisaphila. Wena usaphila na?
Yebo, nami ngisaphila.
many-many Khona
San’bonani!
Yebo, san’bonani.
Ninjani?
Sikhona. Nina ninjani?
Nathi sikhona.
many-many Saphila
San’bonani!
Yebo, san’bonani.
Nisaphila, na?
Yebo, sisaphila? Nina nisaphila na?
Yebo, nathi sisaphila.
1-1 Goodbye
Sala kahle!
Hamba kahle!
1-many Goodbye
Salani kahle!
Hamba kahle!
many-many Goodbye
Salani kahle!
Hambani kahle!