Izinkondlo Flashcards
(43 cards)
Izimpisi
Uhlobo oluthile lwezinja zasendle eziyingozi
Zinonya
Zinenhliziyo embi
Isikhumba semvu
Uboya
Ngiqhamuka.
Ngivela
Ngisithela
Ngisuka phambi kwazo
Izimfamona
Abantu abanomona ngawe
Izimpisi (isimo zenkulumo)
Abantu abangabazenzisi
Unya
Inzondo
Ukugqoka isikhumba semvu
Ukuzenzisa
Elimhlophe ziliveza
Ukuhleka inhlinini
Izimpisi (isihloko)
Izinja zasendle
Abantu ngamaxoki
=abantu baziphatha silwane
Uhlobo lwenkondlo (izimpisi)
Ilirikhi. Iveza imizwa yembongi ngabantu abezimpisi
Isathaya. Imbongi igxeka laba bantu
Ukwenzasamuntu (izimpisi)
Ngazi, gqoke, zingibeke
Uphawu (izimpisi)
Izimpisi=unya,
Imvu=uxolo
Izinzwa (izimpisi)
Yokubona=elimhlophe ziliveza
(Izifenqo)
Zinonya olungakaze libonwe
Ihaba= ibabaza indlela laba bantu baziphatha ngayo
Indikimba (izimpisi)
Umona= ‘abafuni ukubona omunye umuntu enotho”
Umoya (izimpisi)
Wenzondo: imbongi idiniwe
Umyalezo (izimpisi)
Ukuqhaphela ngabantu abazenzisa ngoba “lapho..” ngakho ke asilandela imidlalo yabo.
Umqondo osobala (izimpisi)
Lenkondlo ikhuluma ngabantu esiphila ngayo abangamaxoki ngoba benza ukuthi bayasithanda kodwa bayasikholhlisa.
Ichilo (ngifile)
Inhlazo (disgrace)
Angibuzanga elangeni (ngifile)
Angazanga
Ukuholela ophathe
Ukuyenga / ukuya endleleni ekabi
Ingxavula enonya
Ukufa