Umhlaba ofile part 1 Flashcards
(20 cards)
Gasa receives a message from the chief’s headman, arriving on horseback
UGasa ulethelwe umyalezo yinduna yenkosi yendawo, ihamba ngehhashi
He is told that the chief wants to see him, Ntuli, John, and Solomon at the council.
zotshela uGasa ukuthi inkosi ifuna ukubabona emkhandlwini yena noNtuli, noJohn noSolomon.
They notice frequent explosions at Solomon’s house, and people have reported them.
Babona ukuthi yingoba kuhlezi kuqhuma izinto endlini yoSolomon, abantu sebebacebile.
They fear the chief will confiscate their cattle and banish them from the area.
Basaba ukuthi inkosi izothatha izinkomo zabo bese ibaxosha endaweni.
People inform that these boys possess explosives intended to overthrow the government.
Abantu bayitshele ukuthi laba bafana baneziqhumane zokuketula umbuso.
The boys humbly respond to the chief, apologizing for not seeking permission first.
Baphendula ngokuzithoba abafana enkosini, baxolisa ngokungaceli imvume kuyo kuqala.
He explains that their journey isn’t to overthrow the government but to help the world, including the chief’s land, because it is deteriorating.
Wachaza ukuthi uhambo lwabo akulona olokuketula umbuso kodwa olokusiza umhlaba, nowenkosi, ngoba usuwonakele.
The chief and council are satisfied with the boys’ explanations.
Yeneliseka inkosi nomkhandlu ngezincazelo zabafana.
John explains about carbon dioxide and nuclear energy used in America, Russia, and Germany to prevent space pollution.
UJohn wachaza nge-carbon dioxide, ne-nuclear esisebenza eMelika, eRussia naseJalimani ukuze kungamosheki umkhathi.
They say factories in overpopulated countries are damaging the environment.
Bathi yizimboni ezisemazweni anabantu abaningi kakhulu sekulimaza nemvelo.
The transmitter interacted with Shezi’s ova, causing thunder on a clear day.
Le transmitter yathintana neya-ova kaShezi kwaduma izulu libalele.
Sabelo realized his fiancée, Amahle, was cheating on him.
USabelo wayesebona ukuthi ingoduso yakhe u-Amahle uyamujolela.
He couldn’t sleep, work, or eat, and even contemplated suicide.
Wayengasalali, kungasasebenzeki, kungadleki esefuna nokuzibulala.
On Solomon’s funeral day, the pastor comforts the parents and asks John to continue the mission to the moon.
Wusuku lomngcwabo kaSolomon, umfundisi ududuza abazali, ucela noJohn ukuthi aqhubeke nokuya enyangeni.
John writes a poem threatening Solomon’s killer with revenge.
UJohn wabhala inkondlo esongela umbulali kaSolomon ukuthi naye uzophindisela.
On Solomon’s cleansing day, a car arrives bringing him back.
Ngosuku kwenhlambuluko kaSolomon kwafika imoto imulethile.
He tells them he escaped from the hospital after being kidnapped by people who intended to kill him.
Wabatshela ukuthi uvela esibhedlela wathunjwa ngabantu bethi bayomubulala.
MaZwane is troubled by a dream about Solomon.
UMaZwane uhlushwa yiphupho likaSolomon.
He says he’s alive and wants to go to space with John.
Wathi uyaphila futhi ufuna ukuhamba noJohn baye emkhathini.
Solomon tells his father they are leaving on Saturday
USolomon watshela uyise ukuthi bayahamba ngoMgqibelo.