Udweshu Flashcards
(10 cards)
MaZwane no longer wants Solomon to go to space. Gasa insists he will go.
UMaZwane akasafuni uSolomon aye emkhathini, uGasa uthi uzoya.
Community members killed the hitman who was supposed to kill Solomon.
Amalunga omphakathi abulala inkabi eyayithi ibulala uSolomon.
Amahle wants to become Mrs. Gasa, but Solomon says that will never happen.
U-Amahle ufuna ukuba ngu-Mrs Gasa, uSolomon uthi ngeke kwenzeke lokho.
Shezi came to threaten the boys, saying he would stop them from going to space.
UShezi wafia ezosongela (threaten) abafana ukuthi uzobavimba bangayi
emkhathini.
Sabelo’s hitmen beat Solomon with a hammer and kidnapped him, saying they would kill him.
Izinkabi zaSabelo sashaya uSolomon ngesando zamuthumba zithi
ziyomubulala.
Amahle fought Bongiwe because she saw her talking to Sabelo in his car.
U-Amahle walwisa uBongiwe ngoba ebekhuluma noSabelo emotweni yakhe.
MaBhengu accused MaZwane of having an affair with her husband and son.
UMaBhengu wasola uMaZwane ngokuhi usejola nendoda yakhe nendodana
yakhe.
The parents, Gasa and Ntuli, wanted to beat John and Solomon because they believed they were making bombs in the house.
Abazali uGasa noNtuli bafuna ukushaya uJohn noSolomon ngoba bethi
bakha amabhomu endlini abazivalele kuyo.
Sabelo suspects Amahle is cheating. He can’t sleep, has lost weight, and wants to shoot Amahle and then himself
USabelo usola ukuthi u-Amahle uyamujolela, akasalali, wehlile emzimbeni,
usefuna nokudubula u-Amahle bese ezidubula yena
Gasa slapped MaZwane for calling him a coward for being afraid to ask the boys what they were doing.
UGasa washaya uMaZwane ngempama ngoba ethe uyigwala ngokusaba
ukubuza abafana ukuthi benzani.