Umsebenzi kaMama noBaba Flashcards
(36 cards)
mother goes to work at different times
umama uya emsebenzini ngezikhathi ezehlukene
sometimes she works in the day
ngesinye isikhathi usebenza emini
some in the evening
ngesinye ebusuku
he works at the same time always
usebenza ngesikhathi esifanayo njalo
he goes to work at 7 and returns at 3
uya emsebenzini ngo 7 abuye ngo 3
she likes to talk about life at the hospital
uthanda ukuxoxa ngempilo yasesibhedlela
it is a big hospital
yisibhedlela esikhulu
it is in Soweto
sona siseSoweto
it is the biggest hospital in Africa
yisona isibhedlela esikhulu kunazo zonke eAfrika
to compare
kuna
there are many sick people
kuneziguli eziningi
as well as
kanye
it is filled with people suffering difference sicknesses
kugcwala abantu abaphethwe yizifo ezihlukene
and other diseases
nezinye izifo
expectant mothers
omama abazozala abantwana
injured people
abantu abalimele
small children that are sick
abantwana abancane abagulayo
good work is done by mother
muhle umsebenzi owenziwa ngumama
because she helps the community
ngoba unceda umpakhathi
at the school where father teaches
esikoleni lapho ubaba efundisa
there are younger and older children
kukhona abantwana abancane nabadala
those who are industrious
abakhuthele
those who are not industrious
abangakhuthele
they are lazy they are
bayavilapha labo