Emuva Kokuphuza Ikhofi... Flashcards
(38 cards)
before getting up
phambi kokuvuka
coffee is brought by his wife
ikhofi lilethwa ngunkosikazi wakhe
by his wife (short form)
ngumkakhe
to dress up
ukuswenka
he likes himself a lot
uyazithanda impela
after dressing and before eating
emva kokugqoka, phambi kokudla ibhulakufesi
the paper is loved by him indeed
iphepha lithandwa nguye impela
oh how much he loves cornflakes
ave ethanda amaCornflakes
he loves them a lot
ukhonze kakhulu
he cannot go to work without cornflakes
akakwazi ukuya emsebenzini ngaphandle kwamaCornflakes
before leaving to go to work
ngaphambi kokuhamba ukuya ehhovisi
to kiss
qabula
after finishing
emva kokuqeda umsebenzi wami
actually
phela
I don’t want to be overweight
angifuni ukukhuluphala
my darling
mtakwethu
I want to tone my body
ngithanda ukuqinisa umzimba
he is energetic
uyisikhuthali
he works without smoking
uyasebenza ngaphandle kokubhema
some smoke at his work
abanye bayabhema emsebenzini wakhe
not him
hhayi yena
he thinks of his body and future
ucabangela umzimba wakhe nekusasa lakhe
he does not talk a lot
akakhulumi kakhulu
he doesn’t like to waste time
akathandi ukumosa isikhathi